Abazingeli Bezithunzi Incwadi 2: Ichibi Lenkumbulo (isiZulu)

R85.00

IChibi Lezinkumbulo yincwadi yesibili kulolu uchungechunge lwezincwadi ezintathu ezikhuluma ngaBazingeli Bezithunzi. Iyindaba emnandi, esanganekwane, yalapha eAfrica ̶ iphethe ukuba indaba ekhuluma ngomndeni, futhi ikhuluma ngohambo lweqhawe.

Category:

Description

Ungenzenjani uma uthola ukuthi wena uqhamuka emndenini wakudala waBazingeli Bezithunzi, labo ababekiwe lapha emhlabeni ukuba bavikele abanye abantu ebubini nokuhlukumeza kweButho Lezithunzi?

UZithembe kufanele athole ummese wakhe womlingo ukuze akwazi ukusindisa umama wakhe ovalelwe yiButho Lezithunzi emhlabeni wamaphupho. Kufanele ahambe aye eChibini Lezinkumbulo elisemhlabeni wamaphupho, lapho ummese wakhe ufihlwe khona imimoya emibi yasemanzini ebizwa ngokuthi ama Mami Wata. Umngani wakhe uNom, kanye nomzala kaZithembe, uRosy, babeka izimpilo zabo engozini ukuze basize uZithembe …
Ngiyayithanda lencwadi ngoba imnandi futhi inezindawo ezisabisayo. UNom uyintombazane enesibindi.

– Gugulethu Machin, umfundi osemusha

Umbhali (Writer): Bontle Senne
Umhleli (Editor): DBZ Ntuli
Umdwebi (Illustrator): Pete Woodbridge
Umqophi (Designer): Wiehan de Jager
Umhumushi (Translator): Sifiso Mzobe
Yashicilelwa (Published): September 2018
Abashicileli (Publisher): Cover2Cover Books
Ifomethi (Format): 195 X 125 portrait
ISBN: 9781928346876
Ulimi (Language): isiZulu
Amakhasi (Pages): 152
Ubukhulu (Size): 195 X 125 portrait
Isisindo (Weight): _0.150
Ubuningi (Quantity): 5

Additional information

Weight 0.2 kg
Dimensions 20 × 13 × 1 cm
error: Content is protected !!